Isolezwe nGesonto Sunday

Izwe liwudinga ngempela umkhuleko wePhasika

KUSINDA kwehlela ezweni. Kunezinselelo ezikhungethe izwe futhi osekwenziwe imizamo eminingi ukuthi zisonjululwe kepha azixazululeki. Kuyacaca ukuthi zidinga umthandazo. Hleze kungaba nomehluko uma kukhulekwa ikakhulu njengoba kuyiPhasika. Impelasonto yePhasika eqale ngoLwesihlanu, lapho izinkumbi zabantu bezidumisa uSomandla ezindaweni ezihlukene, iyasongwa namhlanje.

Umlando uveza ukuthi iPhasika liqale ukugujwa eminyakeni ecela kwengu-2000 edlule. Ukugujwa kwalo kusukela ekutheni uJesu wabethelwa esiphambanweni wabulawa

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ningabakhohlwa Omama Benu Abanikhulisa Kunzima
MHLELI: Namuhla ngusuku olukhulu lapho kuqhakanjiswa igalelo lomama emhlabeni wonke. Sibonga uthando, isineke nokuzidela kwabo ukuze kuphile izingane zabo kwande isizwe. Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina k
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umculi Usinde Ehlaselwa Abebeduna Imoto Eyonandisa
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi wokholo okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku. UMxolisi Mbethe wodumo lwengoma ethi Angisoze Ngahlukana kuthiwa uhlaselwe ngamadoda amathathu eduze kwesonto iValley of Praise Chr
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uyazigqaja Ngegalelo Lezenhlanzeko Ezikoleni
YIZE i-Unilever SA idume ngemikhiqizo ehlukene etholakala amakhaya amaningi kodwa umsebenzi wayo awugcini lapho. UNkk Queen Mgobhozi oyiPurpose Strategist e-Unilever SA, uthi ziningi izinhlelo abanazo zokuthuthukisa umphakathi. Njengengxenye yomsebe

Related Books & Audiobooks