INHLANZI ingase ishelwe ngamanzi kowayengumsakazi weGagasi FM, osezibiza ngenyanga, njengoba ezovulelwa icala lokuthumba indodakazi yakhe ayithatha kuyise wayo ngo-2019, ethi iyamvakashela.
Kuthiwa indodakazi kaZukiswa "Zookey Zarling" Vuthela, ebihlala noyise wayo uKay Sibiya ongumlingisi weMbewu, yahamba ngesikhathi samaholidi ePhasika,