UZama uqome ibhizinisi engaqondile
Dec 20, 2020
2 minutes
THOKOZANI NDLOVU
Isithombe: SITHUNYELWE
UKUNGENA ebhizinisini uthi yinto eyayingekho emqondweni wakhe uNkk Zama Zondi (41) ongumphathi weSobabili Events okuyinkampani ehlela imicimbi ethuthukisa abesifazane kwezamabhizinisi.
Uthe ekhula wayezithandela ukwenza ucwaningo ngomzimba womuntu, kodwa uzithole esengusomabhizinisi ngenxa yomyeni wakhe obedinga umuntu azomethemba azosebenzisana naye. Uveze ukuthi umyeni wakhe uvele usebhizinisini
You’re reading a preview, subscribe to read more.
Start your free 30 days