Kubhuntshe umhlangano induna ivala isango
Nov 01, 2020
1 minute
WILLEM PHUNGULA
Isithombe: SITHUNYELWE
UBAMBE ongezansi umphakathi waseNyavini eMthwalume, ngesenzo senduna ephoqe uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uNkk Nonhlanhla Khoza nezimeya, ukuba baphindele emuva bengawubambanga umhlangano. Induna ibasola ngokungena endaweni bengayibikelanga yona ikhansela lendawo uNksz Nokulunga Khumalo lithe, abantu abebelinde esangweni bathe kutheleke induna uMnuz Philani Ngcobo yabashova emnyango, yabe isigaxa ingidi yabuyela emzini wayo.
You’re reading a preview, subscribe to read more.
Start your free 30 days