Isolezwe nGesonto Sunday

Siyashaqisa isinqumo sikaGordhan ngogesi ezibhedlela

KUBE yisenzo esimangazayo uma uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni, uMnuz Pravin Gordhan, edlulisa isinqumo senkantolo ethe ugesi akufanele ucishwe ezibhedlela, ezikoleni nakwezinye izikhungo ezenza umsebezni obucayi.

Izwe libhekene nenkiyankiya umchwayo waMamboza yenkinga yokucinywa kukagesi ngenhloso yokuwonga.

Yinkinga eqale eminyakeni eminingi eyedlule kodwa kwabuye kwaba sengathi iyanqobeka, yabuya ngezinkani kwacaca ukuthi izwe lisenkingeni.

Inkinga yokucinywa kukagesi ibonakala idloba kakhulu ngoba ize ifike esigabeni sesithupha

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uthi Bewazi
ISO lenyoni litshe elikhulu ngaphezu komqondo walo. UKUFAKA ushukela lapho usikeke khona kwenza usheshe uphole ekulimaleni. USUKU lwango-Ephreli 11, 1954, yilona olwahlonzwa ngokuthi lwanenga abantu emhlabeni jikelele. IZINKANYEZI zimbalwa kakhulu um
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
‘Uzoba Nengcindezi Ozovala EsikaMkhwebane’
UNGOTI kwezomthetho uMnuz Mpumelelo Zikalala, uthi okwehlele uMvikeli woMphakathi u-Advocate Busisiwe Mkhwebane osephuma, kuzodala ingcindezi kozovala isikhala sakhe. UZikalala uphawula kanjena nje, maduze iPhalamende lizoqala umsebenzi wokuqasha u
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ningabakhohlwa Omama Benu Abanikhulisa Kunzima
MHLELI: Namuhla ngusuku olukhulu lapho kuqhakanjiswa igalelo lomama emhlabeni wonke. Sibonga uthando, isineke nokuzidela kwabo ukuze kuphile izingane zabo kwande isizwe. Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina k