Isolezwe nGesonto Sunday

OwamaTuks uthi akonakele ngombango wesicoco seligi

UMQEQESHI wePretoria University, uTlisane Motaung, uthi phansi amaphaphu kubalandeli bezakhe, basenalo ithuba lokunqoba isicoco seligi.

Emlenzeni wokuqala weMotsepe Foundations Championship, leli qembu like lahlala esicongweni isikhathi eside. Belishaya kwasani

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umculi Usinde Ehlaselwa Abebeduna Imoto Eyonandisa
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi wokholo okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku. UMxolisi Mbethe wodumo lwengoma ethi Angisoze Ngahlukana kuthiwa uhlaselwe ngamadoda amathathu eduze kwesonto iValley of Praise Chr
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uzenzile Akakhalelwa
ISIZULU sithi uzenzile akakhalelwa kodwa kukhalelwa uzumekile. Siphinde sithi ohlab’ eyakhe akanqatshelwa. Siqhubeke sithi utshani obulele buvuswa ngomlilo; isalakutshelwa sibona ngomopho. Ngifikelwe yilezi zaga ngesikhathi ngibona bandla uNonku Wil
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Usevuke Ngosomatekisi?
KUDELA owaziyo ukuthi umsakazi weGagasi FM, uPenny Ntuli, uhlanganiswa yini nosomatekisi. Ngempelasonto eyedlule ngimbhadame engasaphangi erenki yamatekisi yaseDalton, eThekwini. Ubeqhethe kwenye yamatekisi. Angazanga noma eyakhe noma eyesoka lakhe.