Isolezwe nGesonto Sunday

UHappy Jele usayine ngoLwesine kwiRoyal AM

IMENENJA kaHappy Jele, uJazzman Mohlakgane, idalula ukuthi umdlali usayine ngoLwesine ebusuku kwiRoyal AM, ephethwe nguShauwn "MaMkhize" Mkhize. Lokhu kuphikisa imibiko yemithombo yezindaba ebithi uJele wasayina ngoFebhuwari 3, eqenjini.

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Usevuke Ngosomatekisi?
KUDELA owaziyo ukuthi umsakazi weGagasi FM, uPenny Ntuli, uhlanganiswa yini nosomatekisi. Ngempelasonto eyedlule ngimbhadame engasaphangi erenki yamatekisi yaseDalton, eThekwini. Ubeqhethe kwenye yamatekisi. Angazanga noma eyakhe noma eyesoka lakhe.
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Kwethulwa Umcimbi Ogqugquzela Uthando
Inhloso yawo ukugqugquzela uthando futhi kuhlelwe ukuthi kunandise abagxile emculweni opholile kwiMetro FM, nabasebenzela Ukhozi FM. Phakathi kwabazobe benandisa kubalwa uMsizi Shembe, Sentle Lehoko beMetro FM, Linda Mr OG weVuma FM, uDJ Muntu, DJ Ml
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umculi Usinde Ehlaselwa Abebeduna Imoto Eyonandisa
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi wokholo okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku. UMxolisi Mbethe wodumo lwengoma ethi Angisoze Ngahlukana kuthiwa uhlaselwe ngamadoda amathathu eduze kwesonto iValley of Praise Chr