Isolezwe nGesonto Sunday

Ziyaqonga izinkinga zikaMkhwebane

UKUBIZELWA enkantolo kukaMvikeli woMphakathi u-Advocate Busisiwe Mkhwebane, kwengeza ezinkingeni avele ebhekene nazo njengoba kade aqala ejijimezwa.

U-Advocate Mkhwebane uyalelwe ukuba avele eNkantolo yeMantshi ePitoli ngoJanuwari 21 wonyaka ozoqala, ukuyobhekena necala lokuqamba amanga efungile.

Lokhu kuqinisekiswe wokhulumela uPhiko lwezokuShushisa (NPA) kuleli, uMnuz Sipho Ngwema, othe kuthathwe isinqumo emuva kokucubungula ubufakazi. NoKlebe bashilo ukuthi icala

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Usevuke Ngosomatekisi?
KUDELA owaziyo ukuthi umsakazi weGagasi FM, uPenny Ntuli, uhlanganiswa yini nosomatekisi. Ngempelasonto eyedlule ngimbhadame engasaphangi erenki yamatekisi yaseDalton, eThekwini. Ubeqhethe kwenye yamatekisi. Angazanga noma eyakhe noma eyesoka lakhe.
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uzenzile Akakhalelwa
ISIZULU sithi uzenzile akakhalelwa kodwa kukhalelwa uzumekile. Siphinde sithi ohlab’ eyakhe akanqatshelwa. Siqhubeke sithi utshani obulele buvuswa ngomlilo; isalakutshelwa sibona ngomopho. Ngifikelwe yilezi zaga ngesikhathi ngibona bandla uNonku Wil
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Kulindeleke UZandie Kwelokubulawa KukaMeyiwa
Isolezwe ngeSonto, lithole ngomthombo walo owazi uhlu lofakazi nokulandelana kwabo ukuthi uZandie uyena ongena ebhokisini lofakazi kusasa. Ebufakazini osebethulwe enkantolo, kuvela ukuthi uZandie ungomunye wababekhona ngelanga lesigameko sokufa kukaS

Related