Isolezwe nGesonto Sunday

Inameva nokunqoba indlela kaMotsepe kwiCaf

KUNOBHUTSHUZWAYO wase-Afrika yinto eyaziwayo ukuthi amazwe asenhla naleli zwekazi awakuthakaseli, uma kungesikho ukuthi akubukela phansi ukuholwa ngabalingani bawo abadabuka eNingizimu nelengabadi, okuyisifunda seCaf esibukelwa phansi kunazo zonke ngaphansi kwale nhlangano.

Lokho kubonakala, hhayi kuphela ebuholini kodwa ngisho nasezinkundleni zemidlalo. Amazwe asenhla afela enkundleni uma ebhekene nawasemazansi elwela ngaphezu kokungehlulwa kodwa, okukhombisa ukuthi ngobani izingqongqo zase-Afrika.

Empeleni sekuze kwaba nokhondolo olwaziwayo ukuthi kuba lukhuni satshe ngisho nokusakaza imidlalo ethinta

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uthi Bewazi
ISO lenyoni litshe elikhulu ngaphezu komqondo walo. UKUFAKA ushukela lapho usikeke khona kwenza usheshe uphole ekulimaleni. USUKU lwango-Ephreli 11, 1954, yilona olwahlonzwa ngokuthi lwanenga abantu emhlabeni jikelele. IZINKANYEZI zimbalwa kakhulu um
Isolezwe nGesonto Sunday2 min read
Silindele Ukuthi Ziphenywe Kabanzi Izinsolo Zenkohlakalo E-Eskom
MHLELI: Izwe lembeswa ubumnyam emini, nasebusuku ngenxa yokucishwa kukagesi ezweni. Empeleni kwaqala eminyakeni engaphezulu kwewu-15. Kepha sabanethemba uma abaholi bezwe bememeza phezu kwamagquma nezintaba, bethi isimo sizoba ngcono. Ngesinye isikha
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ningabakhohlwa Omama Benu Abanikhulisa Kunzima
MHLELI: Namuhla ngusuku olukhulu lapho kuqhakanjiswa igalelo lomama emhlabeni wonke. Sibonga uthando, isineke nokuzidela kwabo ukuze kuphile izingane zabo kwande isizwe. Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina k

Related