Isolezwe nGesonto Sunday

Iyisifundo eyokuputshuka kwamaphepha

UKUPUTSHUKA kwamaphepha okubhala izivivinyo zika-matric, kube yingozi engeqiwa ntwala hhayi kulabo ababhalayo kodwa esizweni sonke ngoba imfundo ingeyesizwe.

Kube nesiphakamiso somnyango sokuthi kubhalwe kabusha amaphepha aputshukile ngenhloso yokuvikela isithunzi semiphumela ukuze kungabi nongabazane.

Umnyango uthe uqeda ukumemezela lokho, kwacaca ukuthi uziqhwandele ulaka.

Uyiswe enkantolo yizinhlangano ezehlukene ezifike zalunqoba udaba. IJaji

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ningabakhohlwa Omama Benu Abanikhulisa Kunzima
MHLELI: Namuhla ngusuku olukhulu lapho kuqhakanjiswa igalelo lomama emhlabeni wonke. Sibonga uthando, isineke nokuzidela kwabo ukuze kuphile izingane zabo kwande isizwe. Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina k
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umculi Usinde Ehlaselwa Abebeduna Imoto Eyonandisa
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi wokholo okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku. UMxolisi Mbethe wodumo lwengoma ethi Angisoze Ngahlukana kuthiwa uhlaselwe ngamadoda amathathu eduze kwesonto iValley of Praise Chr
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uyazigqaja Ngegalelo Lezenhlanzeko Ezikoleni
YIZE i-Unilever SA idume ngemikhiqizo ehlukene etholakala amakhaya amaningi kodwa umsebenzi wayo awugcini lapho. UNkk Queen Mgobhozi oyiPurpose Strategist e-Unilever SA, uthi ziningi izinhlelo abanazo zokuthuthukisa umphakathi. Njengengxenye yomsebe